Romans 4:9 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngakho-ke lokhu kubusiswa kuqondene nabasokile noma nabangasokile na? Ngokuba sithi: Ukukholwa kwabalelwa u-Abrahama ukuthi kungukulunga.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngakho-ke lokhu kubusiswa ngabe kuqondene nabasokileyo noma nabangasokile yini na? Ngokuba sithi: ukukholwa kwabalelwa ku-Abhrahama, kwaba ngukulunga.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Ngakho-ke lokhu kubusiswa kuphezu kwabasokileyo noma nakwabangasokile na? ngoba sithi: Ukukholwa kwabalelwa kuAbrahama ukuthi kungukulunga.