Romans 7:8 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
kepha isono sathola ithuba ngomyalo, sasebenza kimi ukufisa konke; ngokuba ngaphandle komthetho isono sifile.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kepha isono sathola ithuba ngomyalo, saveza kimi zonke izinhlobo zokufisa; ngokuba ngaphandle komthetho, isono sifile.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Kodwa isono sathola ithuba ngomyalo, sasebenza kimi yonke inkanuko. Ngokuba ngaphandle komthetho isono sasifile.