Ruth 2:8 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
UBowazi wayesethi kuRuthe: “Angithi uyezwa, ndodakazi yami? Ungayi ukukhothoza kwenye insimu, futhi ungasuki lapha, kepha namathela kuwo amantombazana ami lapha.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
UBhowazi wayesethi kuRuthi: “Lalela lapha ndodakazi yami. Ungayi ukuyokhothoza kwenye insimu, futhi ungasuki lapha; sondelana nezincekukazi zami.