Ruth 3:16 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Wafika kuninazala; wathi yena: “Ungubani, ndodakazi yami?” Wamtshela konke leyo ndoda ebimenzele khona.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Wathi uma efika ekhaya uninazala wambuza wathi: “Uhambe kanjani ndodakazi yami, na?” URuthi wamtshela konke okwakwenzekile nayekushilo uBhowazi.