Song of Solomon 5:9 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Othandiweyo wakho udlula ngani omunye, wena muhlekazi phakathi kwabesifazane, na? Othandiweyo wakho udlula kuphi omunye ukuba usifungise kanjalo na?
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Othandiweyo wakho ubedlula ngani abanye, wena omuhle phakathi kwabo bonke abesifazane na? Othandiweyo wakho ubedlula ngani abanye, ukuze usifungise kanjalo na?