Titus 3:12 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Nxa sengithuma u-Arethema noma uThikhiku kuwe, woshesha ukuza kimi eNikopholi; ngokuba nginqumile ukuthi ngizakuhlala lapho ubusika.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kuyakuthi uma sengithuma u-Arethema noma uThikhiku kuwe, uphuthume uze kimi eNikhopholi, ngokuba senginqumile ukuthi ngihlale lapho ebusika.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Nxa ngithuma u-Artemase kuwe noma uThikhiku, khuthala ukuza kimi eNikopholi, ngokuba nginqume ukuhlala khona ebusika.