bible
ra
🌐 Language
English
Español
Français
Deutsch
Português
Italiano
Nederlands
Русский
中文
日本語
한국어
العربية
Türkçe
Tiếng Việt
ไทย
Indonesia
All Languages
Home
/
Zulu
/
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
/
1 Chronicles 1
1 Chronicles 1
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Jump to:
Chapter 1
Chapter 2
Chapter 3
Chapter 4
Chapter 5
Chapter 6
Chapter 7
Chapter 8
Chapter 9
Chapter 10
Chapter 11
Chapter 12
Chapter 13
Chapter 14
Chapter 15
Chapter 16
Chapter 17
Chapter 18
Chapter 19
Chapter 20
Chapter 21
Chapter 22
Chapter 23
Chapter 24
Chapter 25
Chapter 26
Chapter 27
Chapter 28
Chapter 29
Chapter 2 →
1
O-Adamu, noSeti, no-Enoshe,
2
noKhenani, noMahalalele, noJarede,
3
no-Enoke, noMetushela, noLameka,
4
noNowa, noShemi, noHamu, noJafete.
5
Amadodana kaJafete: ngoGomere, noMagoge, noMadayi, noJavani, noThubali, noMesheke, noTirase.
6
Amadodana kaGomere: ngo-Ashikenaze, noDifate, noThogarma.
7
Amadodana kaJavani: ngo-Elisha, noTharishishi, noKitimi, noRodanimi.
8
Amadodana kaHamu: ngoKushe, noMisirayimi, noPhuthi, noKhanani.
9
Amadodana kaKushe: ngoSeba, noHavila, noSabita, noRama, noSabitheka. Amadodana kaRama: ngoSheba noDedani.
10
UKushe wazala uNimrode; yena waqala ukuba ngonamandla emhlabeni.
11
UMisirayimi wazala amaLudi, nama-Anami, namaLehabi, namaNafetuhi,
12
namaPatrusi, namaKasuluhi, lapho kwavela khona amaFilisti, namaKafitori.
13
UKhanani wazala uSidoni, izibulo lakhe, noHeti,
14
namaJebusi, nama-Amori, namaGirigashi,
15
namaHivi, nama-Arki, namaSini,
16
nama-Arvadi, namaSemari, namaHamati.
17
Amadodana kaShemi: ngo-Elamu, no-Ashuri, no-Arpakishade, noLude, no-Aramu, no-Use, noHule, noGeteri, noMesheke.
18
U-Arpakishade wazala uShela; uShela wazala u-Ebere.
19
U-Ebere wazala amadodana amabili: igama lomunye lalinguPhelege,* ngokuba emihleni yakhe izwe ladatshulwa. Igama lomfowabo lalinguJokothane.
20
UJokothane wazala o-Alimodade, noShelefe, noHasaramavete, noJera,
21
noHadoramu, no-Uzali, noDikila,
22
no-Ebali, no-Abimayele, noSheba,
23
no-Ofiri, noHavila, noJobabi; bonke labo babe ngamadodana kaJokothane;
24
oShemi, no-Arpakishade, noShela,
25
no-Ebere, noPhelege, noRehu,
26
noSerugi, noNahori, noThera,
27
no-Abrama ongu-Abrahama.
28
Amadodana ka-Abrahama: ngo-Isaka no-Ishmayeli.
29
Lezi ziyizizukulwane zabo: izibulo lika-Ishmayeli uNebayoti, noKedari, no-Adibeli, noMibisamu,
30
noMishima, noDuma, noMasa, noHadadi, noThema,
31
noJeturu, noNafishi, noKhedema. Labo babe ngamadodana ka-Ishmayeli.
32
Amadodana kaKetura, isancinza sika-Abrahama: wazala oZimrani, noJokishani, noMedani, noMidiyani, no-Ishibaki, noShuwa. Amadodana kaJokishani: ngoSheba noDedani.
33
Amadodana kaMidiyani: ngo-Efa, no-Eferi, noHanoki, no-Abida, no-Elidaha. Bonke labo babe ngamadodana kaKetura.
34
U-Abrahama wazala u-Isaka. Amadodana ka-Isaka: ngo-Esawu no-Israyeli.
35
Amadodana ka-Esawu: ngo-Elifazi, noRehuweli, noJewushe, noJalamu, noKora.
36
Amadodana ka-Elifazi: ngoThemani, no-Omari, noSefi, noGathamu, noKenazi, noThimna, no-Amaleki.
37
Amadodana kaRehuweli: ngoNahati, noZera, noShama, noMiza.
38
Amadodana kaSeyiri: ngoLothani, noShobali, noSibeyoni, no-Ana, noDishoni, no-Eseri, noDishani.
39
Amadodana kaLothani: ngoHori noHomamu; udadewabo kaLothani wayenguThimna.
40
Amadodana kaShobali: ngo-Aliyani, noManahati, no-Ebali, noShefi, no-Onamu. Amadodana kaSibeyoni: ngo-Aya no-Ana.
41
Amadodana ka-Ana: nguDishoni. Amadodana kaDishoni: ngoHamrani, no-Eshibani, noJitrani, noKerani.
42
Amadodana ka-Eseri: ngoBilihani, noZahawana, noJahakhani. Amadodana kaDishani: ngo-Use no-Arana.
43
Lawa angamakhosi abusa ezweni lakwa-Edomi, kungakabusi nkosi phezu kwabantwana bakwa-Israyeli: uBela indodana kaBeyori. Igama lomuzi wakhe laliyiDinihaba.
44
Wafa uBela; uJobabi indodana kaZera waseBosira waba yinkosi esikhundleni sakhe.
45
Wafa uJobabi; uHushamu wasezweni labakwaThemani waba yinkosi esikhundleni sakhe.
46
Wafa uHushamu; uHadadi, indodana kaBedadi, owanqoba abakwaMidiyani ethafeni lakwaMowabi, waba yinkosi esikhundleni sakhe; igama lomuzi wakhe laliyi-Aviti.
47
Wafa uHadadi; uSamla waseMasireka waba yinkosi esikhundleni sakhe.
48
Wafa uSamla; uShawule waseRehoboti ngaseMfuleni* waba yinkosi esikhundleni sakhe.
49
Wafa uShawule; uBali Hanani indodana ka-Akibori waba yinkosi esikhundleni sakhe.
50
Wafa uBali Hanani; uHadadi waba yinkosi esikhundleni sakhe; igama lomuzi wakhe laliyiPhahi; igama lomkakhe lalinguMehetabeli indodakazi kaMatiredi, indodakazi kaMezahabi.
51
Wafa uHadadi; abanumzane bakwa-Edomi kwakuyilaba: umnumzane uThimna, nomnumzane u-Aliya, nomnumzane uJeteti,
52
nomnumzane u-Oholibama, nomnumzane u-Ela, nomnumzane uPhinoni,
53
nomnumzane uKenazi, nomnumzane uThemani, nomnumzane uMibisari,
54
nomnumzane uMagidiyeli, nomnumzane u-Iramu. Yilabo abangabanumzane bakwa-Edomi.
Jump to:
Chapter 1
Chapter 2
Chapter 3
Chapter 4
Chapter 5
Chapter 6
Chapter 7
Chapter 8
Chapter 9
Chapter 10
Chapter 11
Chapter 12
Chapter 13
Chapter 14
Chapter 15
Chapter 16
Chapter 17
Chapter 18
Chapter 19
Chapter 20
Chapter 21
Chapter 22
Chapter 23
Chapter 24
Chapter 25
Chapter 26
Chapter 27
Chapter 28
Chapter 29
Chapter 2 →
All chapters:
1
2
3
4
5
6
7
8
9
10
11
12
13
14
15
16
17
18
19
20
21
22
23
24
25
26
27
28
29
Recommended Reading
Commentary
1 Chronicles Commentaries
→
Devotional
1 Chronicles Devotional Guide
→
Get This Bible
Zulu (IBHAYIBHELI ELINGCWELE) Study Bible
→