bible
ra
🌐 Language
English
Español
Français
Deutsch
Português
Italiano
Nederlands
Русский
中文
日本語
한국어
العربية
Türkçe
Tiếng Việt
ไทย
Indonesia
All Languages
Home
/
Zulu
/
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
/
1 Chronicles 8
1 Chronicles 8
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
← Chapter 7
Jump to:
Chapter 1
Chapter 2
Chapter 3
Chapter 4
Chapter 5
Chapter 6
Chapter 7
Chapter 8
Chapter 9
Chapter 10
Chapter 11
Chapter 12
Chapter 13
Chapter 14
Chapter 15
Chapter 16
Chapter 17
Chapter 18
Chapter 19
Chapter 20
Chapter 21
Chapter 22
Chapter 23
Chapter 24
Chapter 25
Chapter 26
Chapter 27
Chapter 28
Chapter 29
Chapter 9 →
1
UBenjamini wazala uBela izibulo lakhe, no-Ashibeli owesibili, no-Ahara owesithathu,
2
noNoha owesine, noRafa owesihlanu.
3
UBela wayenamadodana: ngo-Adari, noGera, no-Abihudi,
4
no-Abishuwa, noNahamani, no-Ahowa,
5
noGera, noShefufani, noHuramu.
6
Nanka amadodana ka-Ehudi, izinhloko zezindlu zawoyise zabakhe eGeba, ezathunjelwa eManahati,
7
zathunjwa ngoNahamani, no-Ahiya, noGera owazala o-Uza no-Ahihudi.
8
UShaharayimi wazala abantwana ezweni lakwaMowabi esemukisile oHushimi noBahara omkakhe.
9
Wazala kuHodeshi umkakhe oJobabi, noSibiya, noMesha, noMalikamu,
10
noJewuse, noShakiya, noMirima. Labo babe ngamadodana akhe, izinhloko zezindlu zawoyise.
11
Wazala kuHushimi o-Abithubi no-Eliphahali.
12
Amadodana ka-Eliphahali: ngo-Ebere, noMishamu, noShemedi, abakha i-Ono neLodi nemizana yawo,
13
noBeriya, noShema, ababe yizinhloko zezindlu zawoyise zabakhe e-Ajaloni, abaxosha abakhe eGati;
14
no-Ahiyo, noShashaki, noJeremoti,
15
noZebadiya, no-Aradi, no-Edere,
16
noMikayeli, noJishipha, noJoha, amadodana kaBeriya,
17
noZebadiya, noMeshulamu, noHiziki, noHebere,
18
no-Ishmerayi, noJiziliya, noJobabi, amadodana ka-Eliphahali,
19
noJakimi, noZikiri, noZabidi,
20
no-Eliyenayi, noSilethayi, no-Eliyeli,
21
no-Adaya, noBeraya, noShimrati, amadodana kaShimeyi,
22
noJishiphani, no-Ebere, no-Eliyeli,
23
no-Abidoni, noZikiri, noHanani,
24
noHananiya, no-Elamu, no-Anithothiya,
25
no-Ifideya, noPhenuweli, amadodana kaShashaki,
26
noShamusherayi, noShehariya, no-Athaliya,
27
noJahareshiya, no-Eliya, noZikiri, amadodana kaJerohamu.
28
Labo babe yizinhloko zezindlu zawoyise, izinhloko ezizukulwaneni zabo, bahlala eJerusalema.
29
EGibeyoni kwahlala uyise kaGibeyoni ogama lomkakhe lalinguMahakha;
30
izibulo lakhe lalingu-Abidoni, kanye noSuri, noKishi, noBali, noNadabi,
31
noGedori, no-Ahiyo, noZekeri.
32
Kepha uMikiloti wazala uShimeya. Nabo bahlala nabafowabo eJerusalema malungana nabafowabo.
33
UNeri wazala uKishi; uKishi wazala uSawule; uSawule wazala oJonathani, noMaliki Shuwa, no-Abinadaba, no-Eshi Bali.
34
Indodana kaJonathani yayinguMeribi Bali; uMeribi Bali wazala uMika.
35
Amadodana kaMika: ngoPhithoni, noMeleki, noThareya, no-Ahazi.
36
U-Ahazi wazala uJehohada; uJehohada wazala o-Alemeti, no-Azimaveti, noZimri; uZimri wazala uMosa;
37
uMosa wazala uBineya; uRafa wayeyindodana yakhe; ngu-Eleyasa indodana yakhe, ngu-Aseli indodana yakhe;
38
u-Aseli wayenamadodana ayisithupha; amagama awo yilawa: o-Azirikamu, noBokeru, no-Ishmayeli, noShehariya, no-Obadiya, noHanani. Bonke labo babe ngamadodana ka-Aseli.
39
Amadodana ka-Esheki umfowabo: ngu-Ulamu izibulo lakhe, noJewushe owesibili, no-Elifeleti owesithathu.
40
Amadodana ka-Ulamu ayengamaqhawe anamandla, ansala umnsalo; ayenamadodana amaningi namadodana amadodana amaningi, eyikhulu namashumi ayisihlanu. Labo babe ngamadodana kaBenjamini.
← Chapter 7
Jump to:
Chapter 1
Chapter 2
Chapter 3
Chapter 4
Chapter 5
Chapter 6
Chapter 7
Chapter 8
Chapter 9
Chapter 10
Chapter 11
Chapter 12
Chapter 13
Chapter 14
Chapter 15
Chapter 16
Chapter 17
Chapter 18
Chapter 19
Chapter 20
Chapter 21
Chapter 22
Chapter 23
Chapter 24
Chapter 25
Chapter 26
Chapter 27
Chapter 28
Chapter 29
Chapter 9 →
All chapters:
1
2
3
4
5
6
7
8
9
10
11
12
13
14
15
16
17
18
19
20
21
22
23
24
25
26
27
28
29