bible
ra
🌐 Language
English
Español
Français
Deutsch
Português
Italiano
Nederlands
Русский
中文
日本語
한국어
العربية
Türkçe
Tiếng Việt
ไทย
Indonesia
All Languages
Home
/
Zulu
/
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
/
Proverbs 27
Proverbs 27
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
← Chapter 26
Jump to:
Chapter 1
Chapter 2
Chapter 3
Chapter 4
Chapter 5
Chapter 6
Chapter 7
Chapter 8
Chapter 9
Chapter 10
Chapter 11
Chapter 12
Chapter 13
Chapter 14
Chapter 15
Chapter 16
Chapter 17
Chapter 18
Chapter 19
Chapter 20
Chapter 21
Chapter 22
Chapter 23
Chapter 24
Chapter 25
Chapter 26
Chapter 27
Chapter 28
Chapter 29
Chapter 30
Chapter 31
Chapter 28 →
1
Ungazigabisi ngekusasa, ngoba awazi ukuthi usuku lukuphatheleni.
2
Mawutuswe ngomunye, kungabi ngowakho umlomo; kube ngumfokazi, hhayi izindebe zakho.
3
Itshe liyasinda nesihlabathi sinzima, kodwa ukuchukuluza kwesiwula kusinda ukwedlula kokubili.
4
Ulaka lungulunya nentukuthelo iyisikhukhula, kepha ngubani ongema phambi komhawu na?
5
Ukusola okusobala kungcono kunothando olufihliweyo.
6
Amanxeba adalwe ngumngani anokwemukeleka kunokwanga okuningi kwesitha.
7
Umphefumulo osuthi uyacikwa wuju, kodwa emphefumulweni olambileyo, ngisho okubabayo imbala, kumnandi.
8
Njengenyoni esuka ibaleka esidlekeni sayo, unjalo umuntu obalekele indawo yakhe.
9
Amafutha namakha kuyayithokozisa inhliziyo, kodwa umphefumulo udabukiswa yinhlupheko.
10
Ungamlahli umngani wakho noma okayihlo; ungabalekeli endlini yomfowenu ngosuku lwenhlekelele. Ungcono umakhelwane oseduze kunesihlobo esihlala kude.
11
Ndodana yami, hlakanipha, uthokozise inhliziyo yami ukuze ngiphendule ongisolayo.
12
Ohlakaniphile uyabubona ububi, acashe, kodwa abangenalwazi bayaqhubeka, bese beyajeziswa.
13
Thatha ingubo yalowo oyisibambiso somfokazi, umbambe abe yisibambiso omela abezizwe.
14
Obusisa umakhelwane ngokubanga umsindo evuka ekuseni, kuyobalelwa kuye, kube yisiqalekiso.
15
Owesifazane obeleselayo ufana nemvula engumvimbi.
16
Ukumvimba kufana nokuvimba umoya, nokubamba amafutha.
17
Insimbi ilola enye insimbi, nomuntu usizwa ngabanye.
18
Olonda umkhiwane uyakudla izithelo zawo; novikela inkosi yakhe, uyakuhlonishwa.
19
Njengamanzi ekhombisa ubuso, injalo nenhliziyo yomuntu komunye.
20
Indawo yabafileyo nokubhubha akusuthi, namehlo omuntu awasuthi.
21
Ukhamba lokuncibilikisela lungolwesiliva, nesithando somlilo singesegolide; kanjalo umuntu unjengodumo lwakhe.
22
Noma ungasigqula esigqulweni isiwula, usisile ngembokodo etsheni, kepha ubuwula baso abuyukusuka kuso.
23
Yazi nokwazi ukuma kwezimvu zakho, ubeke inhliziyo yakho emihlanjini yakho.
24
Ngokuba ingcebo ayiyukuhlala kuze kube phakade; nomqhele uyakuhlala yini izizukulwane ngezizukulwane na?
25
Lapho utshani bushabalala, kuhluma obusha, bese kukhiwa imifino ezintabeni,
26
izimvu zingezokuba wembathe, nezimbuzi ukuba zibe yintengo yensimu.
27
Kuyakuba khona ubisi lwezimbuzi olwanele, ukuba lube ukudla kwakho nokudla kwendlu yakho, kwamantombazana akho.
← Chapter 26
Jump to:
Chapter 1
Chapter 2
Chapter 3
Chapter 4
Chapter 5
Chapter 6
Chapter 7
Chapter 8
Chapter 9
Chapter 10
Chapter 11
Chapter 12
Chapter 13
Chapter 14
Chapter 15
Chapter 16
Chapter 17
Chapter 18
Chapter 19
Chapter 20
Chapter 21
Chapter 22
Chapter 23
Chapter 24
Chapter 25
Chapter 26
Chapter 27
Chapter 28
Chapter 29
Chapter 30
Chapter 31
Chapter 28 →
All chapters:
1
2
3
4
5
6
7
8
9
10
11
12
13
14
15
16
17
18
19
20
21
22
23
24
25
26
27
28
29
30
31